У нас вы можете посмотреть бесплатно Umdlalo: Ubhuku Lwamanqe. Inkundla yoku-1. Isigcawu soku-1. или скачать в максимальном доступном качестве, видео которое было загружено на ютуб. Для загрузки выберите вариант из формы ниже:
Если кнопки скачивания не
загрузились
НАЖМИТЕ ЗДЕСЬ или обновите страницу
Если возникают проблемы со скачиванием видео, пожалуйста напишите в поддержку по адресу внизу
страницы.
Спасибо за использование сервиса ClipSaver.ru
Khumbulani balingani nani bafundi ukuthi izikole zavalwa ngoMashi singaqedile ukufunda imibhalo yobuciko. Ngakho-ke ngaphambi kokuthi senze imibuzo emide isb, isakhiwo, isizinda, indikimba njl kufanele siqale siwufunde umbhalo wobuciko kusukela ekuqaleni kuye ekugcineni. Lokhu kungenzeka uthisha angakuqondisisi ukuthi sikwenzelani kodwa umfundi ongenawo lo mbhalo uzokujabulela lokhu. Siyathemba nawothisha bazoseseka kulokhu kwazise zikhona izifundazwe lapho abafundi abaningi besebenzisa umbhalo wobuciko owodwa. IMIBUZO ESOBALA: (IYAQHUTSHWA: Ingxenye yemibuzo esobala okuyimibuzo elula eyisi-6 ibhalwe ekugcineni kwevidyo) Imibuzo emifushane ethinta UKUHLELA KABUSHA:Nanoma imibuzo inezimpendulo ezikhona esiqeshini kodwa kudingeka ukuthi umfundi ayihlele kabusha impendulo. Angayicaphuni njengoba injalo esiqeshaneni) Le mibuzo mine: 1.7 Fingqa isigcawu soku-1 ngamaphuzu AMATHATHU. 1.8. Nikeza okufanayo phakathi kwezenzo zikaPhindisiwe noNkululeko ubhekise esigcawini soku-1) 1.9 Nikeza okungumehluko phakathi kwezenzo zikaPhindisiwe nomyeni wakhe uThamsanqa. 1.10 Chaza kafushane ngodweshu lwangaphandle olutholakala kulesi sigcawu soku-1. For more videos like this please subscribe to our sister channels: 1. The Curriculum Breakdown (Grade 10-12) • UKUHLUZA INKONDLO: 1. Umqondo osobala. 2. ... 2. ISIZULU FAL CHATROOM / @isizulufalchatroom252 Siyabonga Spuki N IsiZulu.