У нас вы можете посмотреть бесплатно SOWETO TV NEWS | UNGQONGQOSHE WEZEZIMALI WETHULA ISABELOMALI ESIHLABA UMXHWELE или скачать в максимальном доступном качестве, видео которое было загружено на ютуб. Для загрузки выберите вариант из формы ниже:
Если кнопки скачивания не
загрузились
НАЖМИТЕ ЗДЕСЬ или обновите страницу
Если возникают проблемы со скачиванием видео, пожалуйста напишите в поддержку по адресу внизу
страницы.
Спасибо за использование сервиса ClipSaver.ru
UNgqongqoshe wezeziMali u-Enoch Godongwana usethule isabelomali uhulumeni asichaza njengezindaba ezihlaba umxhwele, lapho eyikhahlele khona ngazo zombili eyemali eyizigidigidi ezingu-20 zamarandi obekuhlelwe ukwenyuswa ngayo intela, wabe ethula amaqhinga okuxazulula le nkinga ebidingelwa ukwenyuswa kwentela. Lesi sabelo mali sethule izinguquko kumikhawulo yentelo kanye nemikhawulo ehlobene nokonga imali, okuhloswe ngayo ukunciphisa ingcindezi kubakhokhi bentela.UMgcinimafa kazwelonke uphinde waveza ukusimama komnotho, ukwehla kwentengo yempahla, kanye nokusimama kokusetshenziswa kwezimali zomphakathi maphakathi nesigaba sonyaka wezimali.