У нас вы можете посмотреть бесплатно Ukhozi FM noSiya Mhlongo othole ithuba lokuxoxa no Lwando Nyangiwe owaziwa ngelika-Jumbo или скачать в максимальном доступном качестве, видео которое было загружено на ютуб. Для загрузки выберите вариант из формы ниже:
Если кнопки скачивания не
загрузились
НАЖМИТЕ ЗДЕСЬ или обновите страницу
Если возникают проблемы со скачиванием видео, пожалуйста напишите в поддержку по адресу внизу
страницы.
Спасибо за использование сервиса ClipSaver.ru
Ukhozi FM noSiya Mhlongo othole ithuba lokuxoxa no Lwando Nyangiwe owaziwa ngelika-Jumbo odabuka eMzimkhulu. Kulengxoxo bakhuluma ngokuningi okuthinta umculo. UJumbo usixoxela ngegalelo likamama wakhe emculweni wakhe kanye nokudlula kuka mama wakhe emhlabeni. Ukholelwa ukuthi umama wakhe ubeyisibonelo kuye njengoba kade kungumuntu abukela kuye. Sithola ngobudlelwane bakhe nomculi osasishiya emhlabeni, uSfiso Ncwane. Uthi ukholelwa ukuthi okwenza umculo wakhe ucishe ufane nowalo mculi, ukuthi bobabili benze Isicathamiya ngaphambi kokwenza i-Gospel. Yikho lokhu okwenza umculo wabo weGospel uhluke kakhulu kulo ojwayelekile. Usicobelela ngokumsebenzelayo ukuze ahlale engumculi ovelele ngaso sonke isikhathi. Uphinde azivocavoce avakashele nodokotela ukuze ezozigcina enempilo futhi nesimo sakhe sengqondo sihlezi sisesimeni esihle. Ukhuthaza ukuthi uma ungumuntu kumele uhloniphe abantu osebenzisana nabo uphinde ukwazi ukuboniseka. UJumbo ukholelwa ukuthi lokhu kungasebenzela abaningi njengoba naye kumusebenzela. Uyabonga uthando aluthola kubalandeli bakhe futhi uyacela ukuba baqhubeke bemeseke njalo emsebenzini wakhe. "Uma kuphumelela mina, kuphumelela nabalandeli bami" kuchaza uJumbo. #UkhoziFMTV #UkhoziFM