У нас вы можете посмотреть бесплатно Ungenile esibayeni uMntwana uSimakade или скачать в максимальном доступном качестве, видео которое было загружено на ютуб. Для загрузки выберите вариант из формы ниже:
Если кнопки скачивания не
загрузились
НАЖМИТЕ ЗДЕСЬ или обновите страницу
Если возникают проблемы со скачиванием видео, пожалуйста напишите в поддержку по адресу внизу
страницы.
Спасибо за использование сервиса ClipSaver.ru
Uyaqhubeka umdonsiswano phakathi kwe Silo Samazulu esisesihlalweni uMisuzulu kaZwelithini nomfowabo u Mntwana uSimakade othi nguyena okufanele abe yisilo samazulu. Ethula inkulumo yakhe esigodlweni eNyokeni namhlanje, uMntwana uSimakade uthe ,sizelwe kabusha isizwe samazulu njengoba esehleli esihlalweni sobukhosi. Lokhu ukusho ngesikhathi enza umkhosi wokungena esibayeni, okuwumkhosi iSilo uMisizulu esizowenza ngo Mgqibelo. Lomkhosi uyisinyathelo sokugcina ngaphambi kokuthi iSilo uMisuzulu sigcotshwe. Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba kuSocial Media.