У нас вы можете посмотреть бесплатно Major General Enoch Mashoala Chairperson of the Database Verification Cleansing and Enhancement. или скачать в максимальном доступном качестве, видео которое было загружено на ютуб. Для загрузки выберите вариант из формы ниже:
Если кнопки скачивания не
загрузились
НАЖМИТЕ ЗДЕСЬ или обновите страницу
Если возникают проблемы со скачиванием видео, пожалуйста напишите в поддержку по адресу внизу
страницы.
Спасибо за использование сервиса ClipSaver.ru
UMhlonishwa Enoch Mashoala onguSihlalo we Database Verification Cleansing and Enhancement(DVCE). Uhola ithimba elibhekela labo ababa ngamasotsha (Military veterans) ngesikhathi sikahulumeni wobandlululo bezabalazela lelizwe lase ENingizimu Africa, kwathi emuva kokucoshakala kweNkululeko ngo 1994 abaningi basala ngaphandle ukuba bahlomule ekubeni abanye bethola. Lamasosha ahambela ePitori eyozwakalisa Izikhalazo zawo, uMongameli wezwe Mnz Cyril Ramaphosa wathatha isinqumo nehovisi lakhe ukuba kwakhiwe ithimba elizophenya liphinde liqinisekise ukuthi ngempela labo abathi babangamasontsha omzabalazo babayiwo yini noma bakha indlela yokuqala imali kuhulumeni. Lelithimba likulesi sifundazwe sikaMthaniya kwaZulu, ukuba lizoqedelela lowomsebenzi ezindaweni ongabala kuzo iNewcastle, OPhongolo, Ulundi, Durban Nase Pinetown bahamba beqinisekisa kulabo abafaka izicelo ukuba bahlomule nabo kuhulumeni. #fypシ゚viralシfypシ゚viralシalシ2024lシalシ #izindaba #viralreelschallenge #news #voiceeffects #africa #governmentbranch #constitutionalcourt #africa